Niet blij met je aankoop? Geeft niet! Bij ons kun je binnen 30 dagen retourneren
Met een cadeaubon zit je altijd goed. De ontvanger kan de cadeaubon voor alles uit ons assortiment inwisselen.
Inhliziyo ka-Athandwa ihlukile.Inhliziyo yakhe iyacula. Yaqale yamethusa. Kungani engafani nomdeni wakhe kanye nabangani bakhe?Uma ezama ukuyithulisa inhliziyo yakhe, uthola imfihlo...kanye neculo elikhethekile. Leyo eyaziwa nguMama, uGogo noKhokho. Uthandiwe yindaba eyiculo emayelana nokwamukela izinto ezisenza sehluke nokujabulela izinto ezihlanganisa uthando lwabadlala nabancane ibe isivikela futhi. Le ncwadi iyatholakala ngeSipedi, isiNgisi nangesiBhunu.